News
KUKHONA nowayengungqongqoshe ohlwini lwabantu okuthiwa amacala abo ahoxiswa ngendlela engaqondakali wuMqondisi wezokuShushisa esifundeni iGauteng South, u-Advocate Andrew Chauke, omiswe wuMengameli ...
I-MK ichitha uMengameli Cyril Ramaphosa, ngesixoliso sokwehluleka ukuhlangabezana nomnqamulajuqu wokuba afake amaphepha asenkantolo.
Abantu abagculisekile ngenkulumo kaGayton McKenzie yokuqala uphenyo ngephini lakhe uKenny Kunene eqenjini njengoba eveza ukuthi uyakholelwa kuyena. UMcKenzie ongumengameli wePatriotic Alliance uthe ...
I-DA ikhale ngokuthi umengameli Cyril Ramaphosa akafuni ukumthathela izinyathelo uDkt Nkabane, ngoba esesigungwini esiphezulu se-ANC.
IMK ibeke amathemba ayo ekwesekweni nangamaqembu ayingxenye yohulumeni wokubambisana esiphakamisweni sayo sokungabethembi ubuholi bukaMengameli, uCyril Ramaphosa ...
UKHATHAZEKILE ngokuphepha kwawo umphakathi wasoLundi, kwanda imijondolo edolobheni lakule ndawo. Ngokuthola kweSolezwe, le mijondolo okuthiwa iphakathi enkabeni yedolobha, isiphenduke umhhume ...
Enye yezimoto zakwaChery ezidayiswa kakhulu emhlabeni jikelele iTiggo 7, yenziwe yaheha ngokuthuthukiswa indlela ebukeka ngayo.
KUVELE kwavuka imibuzo engenazo izimpendulo emndenini wezingane ezimbili okuthiwa zabulawa unina ngeledlule eNgonyameni, eMlaza, kuvela ukuthi endala eziyelamayo, yashona ngendlela engaqondakali ...
I-Volkswagen South Africa isihlabe elinye ikhwelo kubanikazi bamaPolo sedan ngenkinga yebhande lomshayeli elingamenza alimale uma eba sengozini.
I-ANC inengwa wukusetshenziswa kwefulegi leNingizimu Afrika emcimbini lapho umholi weMK, uMnuz Jacob Zuma, ezwakalise ukweseka iMorocco esemzamweni wokudla indawo iWestern Sahara. I-ANC nohulumeni ...
UNtshalintshali ubhekene nelinye icala lokubulala elisazoqulwa mhlaka-12 no-19 Agasti 2025.
USATHUKA izanya uthisha waseNgoje eVryheid ophunyuke efulethini eliseHillbrow eGoli lapho ebethunjwe khona amadoda angawazi isonto lonke emphuzisa amanzi kuphela. UNksz Nompilo Mavundla (33) ...
Results that may be inaccessible to you are currently showing.
Hide inaccessible results